The Purpose Driven Life Isizulu (Softcover) – Pastor Rick Store

The Purpose Driven Life Isizulu (Softcover)

$14.99 Regular price $17.99
Type: Book

Incwadi ethi Impilo Enenjongo izokusiza ukuqonda uhlelo lukaNkulunkulu olumangalisayo olumayelana nawe lapha emhlabeni kanye nasephakade. URick Warren uzokuhola ohambeni lwakho lokomoya lwezinsuku ezingama-40 ukukusiza ukuphendula umbuzo othi, “Empeleni kungani ngilapha?” Usuku nosuku uzofunda kabanzi mayelana nokuthi uNkulunkulu wakudala kanjani wehluka ukuba ufeze injongo engafezwa wuwe kuphela.

Incwadi ethi Impilo Enenjongo ikunikeza ubuhlakani obuvela eBhayibhelini obukufundisa ngokuthi kungani impilo yakho ibalulekile. Izokusiza ikutshengise ukuthi uNkulunkulu ufuna ukukusiza kanjani ukwehlisa izinga lengcindezi, ukugxila emfuthweni wakho, ukwenza izinqumo zakho zibe lula, bese ekulungiselela iphakade. Umyalezo ongaphelelwa sikhathi ozokuvuselela ukugqugquzele ukuba uphile impilo ebalulekile.

RICK WARREN ngumfundisi owasungula ibandla iSaddleback eliseNtshonalanga neCalifornia okumanje selinamagatsha emadolobheni amakhulu, umhlaba wonke. Ungumbhali wencwadi ethi Impilo Enenjongo eseyihunyushelwe ezilimini eziningi futhi esidayise amakhophi angaphezu kwezigidi ezingama-50.


The Purpose Driven Life will help you understand God’s amazing plan for you here on earth and for eternity. Rick Warren will guide you through a 40-Day spiritual journey that will help you answer the question, “What on earth am I here for?” Each day you will learn more about how God uniquely created you for a purpose only you can fulfill.

The Purpose Driven Life offers wisdom from the Bible that will teach you why your life matters. It will show you how God wants to help reduce your stress, focus your energy, simplify your decisions, and prepare you for eternity. It’s a timeless message that will inspire and motivate you to live a life of significance.

RICK WARREN is the founding pastor of Saddleback Church in Southern California with campuses in major cities around the world. He is the author of The Purpose Driven Life, which has been translated into many languages and sold more than 50 million copies in all formats.